uMthunywa

Bahleka bodwa abalandeli

Terrance Dzvumanja

BAHLEKA bodwa abalandeli be-Orlando Pirates kulandela indaba zokusayiniswa komdlali wasesiswini uThabang Monare obegijima kuBidvest Wits.

Iziphathamandla zaleli iqembu laseSoweto ziqinisekise ukuthi usengumdlali walo uMonare, obecatshangelwa ukuthi uzadlala leKaizer Chiefs ngaphambi kokuthi kuphele isizini.

UMonare ujoyine abanye abadlali abasesiqopheleni esiphezulu abasayiniswe Ezimnyama okubalwa uThulani Hlatshwayo, Deon Hotto, Terrence Dzvukamanja, Wayde Jooste loCollins Makgaka.

UMonare uthe liyamjabulisa ithuba lokudlalela leli qembu.

“Kuyangijabulisa ukusayinela leli qembu. Ngiyathemba ukuthi ngizokwenza umehluko ngesikhathi engizosichitha kuPirates. Ngicabanga ukuthi idlala istayela sebhola esihambasanayo lami, lokho kuzangisiza futhi kuzolisiza iqembu lonke kulisizini,” kutsho uMonare kubulembu bePirates.
IBucs ayicinanga ngokutheza kuleli windi lokuthenga ngabadlali njengoba ikhiphe abadlali abangu-8. Kulabo abadlali kubalwa u-Alfred Ndengane, Diamond Thopola, Xola Mlambo, Meshack Maphangule, Brian Hlongwa, Thembela Sikhakhane, lo-Augustine Mulenga.

IChiefs isalindele isinqumo ngokumiswa ekusayineni abadlali.