Babizelwe ukushubisa izinto kuSibaya

05 Feb, 2020 - 18:02 0 Views
Babizelwe ukushubisa izinto kuSibaya U-Enhle Mlotshwa loUHamilton Dlamini

uMthunywa

BAZOSHUKUMISA izinto emdlalweni Isibaya abalingisi bakuleli asebezakhele igama kulo mkhakha njengoba maduzane kuqala isizini entsha. 

Ngeledlule kuvele ukuthi u-Enhle Mlotshwa, uzoba yingxenye yalo mdlalo.

Izolo kuphinde kwavela ukuthi akuyena kuphela ozoba yingxenye yawo njengoba lenkakha uHamilton Dlamini isiyingxenye. 

Laba bobabili bazolingisa indawo kababa lendodakazi. 

U-Enhle kulo mdlalo uzolingisa indawo kaSizakele Sibiya, kanti uHamilton uzobe elingisa indawo ka-Andile Sibiya.

U-Enhle kulo mdlalo usemkhakheni wezokuxhumana njengoba efika loyise eBhubesini ezosebenzisana loJabu (Pallace Dladla).

Ngokwesitatimende esithunyelelwe abezindaba, kuvela ukuthi ungumuntu othanda impilo emnandi futhi uJabu uzithola esesimeni esingesihle njengoba uma eqala ukumbona utshiywa yigazi. 

Okunye okuvelile ngaye ukuthi uthanda izinto zenzeke ngendlela yakhe.

Le ntokazi iveze ezinkundleni zokuxhumana ukuthi ijabule ngokuba yingxenye yalo mdlalo njengoba ibonge uNkulunkulu ngakho konke.

“Ngifunde ukuzithanda. Njengoba ngiphuma koqopha nje konke kuhamba kahle. 

“Zithande wena njengoba konke okuhle okwenzeka empilweni yakho kukufanele,” kuchaza u-Enhle. 

UHamilton ujoyina lo mdlalo nje, ubeyingxenye yomdlalo Isithembiso okhonjiswa kuMzansi Magic. 

Kulo mdlalo ulingisa indawo kaBanzi owumgulukudu wesigebengu.

Maduzane lo mdlalo uzophela kuMzansi Magic njengoba kwamenyezelwa ngomnyaka odlule.

Share This:

Sponsored Links