Asithuthukiseni ulimi lwethu

29 Aug, 2019 - 00:08 0 Views
Asithuthukiseni ulimi lwethu

uMthunywa

KULE iviki sizaxoxisana ngezitho zenkomo ezitshiyeneyo. Emihlolisweni yethu kwandile ukuthola kulemibuzo eqondane lezitho zenkomo.

Inkomo ngenye yezifuyo eziqakathekiswa kakhulu esiNdebeleni. Nika igama eliqondileyo kwalokhu okulandelayo:
(a) Inyama ephezu kohlangothi ethi loba inkomo ikade ifile ibilokhu dikiza.

(b) Inyama esikwe ezithweni ezinengi zenyama ephiwa abahlinzileyo njengomvuzo wabo.

(c) Ikhanda lenkomo.

(d) Ithambo elingaphansi kwedolo lenkomo elilomnkantsho omncinyane.

(e) Inyama engathi lijwabu eyembese imbambo zenkomo.

(f) Inyama yonke eseswini senkomo, ulusu, amathumbu, amaphaphu njalo njalo.

(g) Igazi eliphekiweyo.

(h) Lapha okuxhuma khona imbambo lemikhono yenkomo.

(i) Lapho okuxhume khona imilenze yenkomo.

(j) Inyawo zenkomo.

(k) Ihwahwa elikhulu elembesa ulusu lamathumbu.

(l) Lithambo lomlenze wenkomo elilomnkantsho omnengi.

(m) Umlomo wangaphansi wenkomo.

(n) Yingxenye yesibindi.

(o) Yinyama yesifuba senkomo, inyama edliwa ngamakhosikazi.

Share This:

Sponsored Links