Amaqembu e-PSL azazikhokhela indleko zomgonqo

30 Jul, 2020 - 00:07 0 Views
Amaqembu e-PSL azazikhokhela indleko zomgonqo U-Irvin Khoza

uMthunywa

ZIZODLA emaphaketheni amaqembu ePremier Soccer League (PSL) izindleko zokuhlala emgonqweni okuhloswe ngawo ukuvikela ukusabalala kwegcikwane i-corona.

Lokhu kudalulwe ngusihlalo wePSL, u-Irvin Khoza, izolo ngesikhathi ememezela izinsuku zokubuya kwemidlalo ye-Absa Premiership leyeGladAfrica Championship.

Isinqumo sokubuyela ensimini sithathwe emhlanganweni weBoard of Govenors yeNational Soccer League (BoG) obukade ukhona ngoLwesibili. UKhoza uthe kuzoqalwa ngemidlalo eyandulela owamanqamu weNedbank Cup mhlaka 8 Ncwabakazi okuzogadulisana kuyo iMamelodi Sundowns leBidvest Wits.

Komunye iBloemfontein Celtic izobhekana leBaroka. Amaqembu azodlala kuNedbank azongena kuqala emgonqweni mhlaka 7 Ncwabakazi, amanye alandele mhlaka 11 Ncwabakazi.

Emasontweni edlule amaqembu kade ekhala ngokuntula inkece yokukhokhela ukuhlolela abadlali iCovid-19 lokuhlanza izindawo zokuziqeqetsha.

“Amaqembu azozikhokhela izindleko zokuhlala emgonqweni. Sekuphele izinyanga ezine amaqembu siwaholela kodwa ingekho imali esiyidonsayo. Okujwayelekileyo yikuthi kube eyezinto zokuthutha lokunye. Sonke lesi sikhathi kade eyithola injalo. Kufanele singakubukeli phansi ukwesekwa abaxhasi bethu abasiqondile isimo sethu, baqhubeka lokusinika imali loba besingabathengiseli lutho,” kutsho uKhoza.

Amaqembu kuthiwa akagonqe emahotela ahlukene eGauteng labantu abangu-50 kuhlanganisa abadlali lezikhulu.

“Kuzohlolwa emaholeni angu-48 ngaphambi kokungena emgonqweni. Umuntu ozovunyelwa ukungena okuzotholakala ukuthi akalayo iCovid-19. Uma utholakala ukuthi ulayo, ngeke uvunyelwe ukungena,” kutsho uKhoza.

Isizini ka-2019/2020 kulindeleke ukuthi isongwe ngasekupheleni kukaMpandula uma sekuphele imidlalo yokuhlunga okucacisa ngeqembu lesibili elizogawulwa yizembe noma elizonyukela kuPremiership.

Bathemba imidlalo yeligi izophuthulwa ngempelasonto yokuqala kaMpandula. Umdlalo wamanqamu weNedbank Cup yiwona okuzogcinwa ngawo.

Imidlalo yeligi izoqhubeka lapho igcine khona ngoMbimbitho. Lokhu kuchaza ukuthi kuzodlalwa umdlalo owawubhekwe ngabomvu phakathi kweSundowns le-Orlando Pirates. Omunye umdlalo owawulindelwe ophakathi kweKaizer Chiefs leBidvest Wits. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links