Abafana beCBC benza kuhle ku-rugby

06 Jun, 2024 - 00:06 0 Views
Abafana beCBC benza kuhle ku-rugby uLosson Mtongwiza

Brandon Moyo

ABAFUNDI abayisithupha abesikolo seChristian Brothers College (CBC) bakhethwe eqenjini lesizwe elama-Under 14, iJunior Sables elizancintisa emqhudelwaneni omkhulu we-rugby yezikolo i-Craven Week eSouth Africa kulinyanga.

I-CBC ilabadlali abanengi ababizwe eqenjini ilandelwa yi-Hellenic Academy leHeritage School ezilabadlali abathathu ngalinye. Kulabadlali abakhethwe eGifford Boys High, Plumtree High, Wise Owl, Prince Edward, Kyle College, Churchill, Goldridge, Lomagundi, Marazani kunye leDirect Contract College.

Abadlali beCBC abakhethiweyo nguTamudaishe Gwainda, Takujwa Chuma, Tinofara Bhiri, Jayden Chitongo, Perfect Munsanka loJandre Jakobus Liebenberg.

Omunye umdlali ofunda esikolo sakoBulawayo nguBelieve Jena oweGifford. UBusisa Ncube ofunda ePlumtree High laye uphakathi kweqembu.

Iqembu lonke lilabadlali abangamatshumi amabili lanhlanu. Laba ngabadlali abakhangelelwe ukuthi badlalele iqembu elikhulu kwelizayo. Bazancintisa kuCraven Week kusukela mhlaka 14 Nhlangula.

Kusenjalo, umongameli omutsha wenhlanganiso yeZimbabwe Rugby Union (ZRU) uLosson Mtongwiza useveze umbono wakhe ngendlela afuna ukuthi umdlalo we-rugby ukhule ngawo kuleli.

Ekhuluma kumabonakude weZimpapers Television Network (ZTN Prime), uthe uzagxila ekuthuthukiseni umdlalo, ukwakhiwa kwenkundla, ukuzimisela kwenkokheli emsebenzini lokudlala lokuphumelela kwamaqembu elizwe.

Uthe ulethemba lokuthi ibhodi yeZRU izamnika imvumo yokuthi aqale lokhu ngokuphangisa. Ucele bonke abangaphansi kweZRU ukuthi bamsekele njalo bengesabi ukuphosa imibono yabo ngendlela umdlalo oqhutshwa ngawo.

“Isikhathi sokhetho sesidlulile, ngakho sekuyisikhathi sokuthi sehlukane lakho konke okwakusixabanisa. Kumele sibambane ukwenzela ukuthi umdlalo wethu ukhule, sinike abadlali ithuba lokutshengisa amathalenta abo.”
Abadlali beJunior Sables:

Rasheed Zivhu (Direct Contact College), Tajukwa Chuma (CBC), Anthony Mtandwa (Hellenic Academy), Anthony Chaitezvi (Eaglesvale), Lawrence Tadhla (Wise Owl), Tawe Sanyangore (Prince Edward), David Maramba (Eaglesvale), Believe Jena (Gifford), Shamma Chaunoita (Goldridge), Adiel Mutengu (Heritage), Talahole Haufilu (Heritage), Tamudaishe Gwainda (CBC), Rolland Ben (Kyle), Mishon Marazani (Marazani), Tinofara Bhiri (CBC), Busisa Ncube (Plumtree), Jayden Chitongo (CBC), Lashawn Nyatanga (Churchill), Angel Matiyenga (Heritage), Ethan Matimba (Goldridge), Edmore Sigauke (Lomagundi), Bright Chiororo (Hellenic Academy), Perfect Munsaka (CBC), Takudzwa Chimbumu (Hellenic Academy), Anesu Dhlamini (Lomagundi College), Jandre Jakobus (CBC), Wakatendeka Chipangura (Lomagundi), Daryl Chiyangwa (Heritage).

Share This:

Sponsored Links