Get breaking news alerts.
Don't miss a thing.
Subscribe

Uhlohla umsoco uMutizwa

09 Aug, 2018 - 00:08 0 Views
Uhlohla umsoco uMutizwa

uMthunywa

YiNtatheli kaMthunywa
UBATSHIYE bemangele umdlali weGolden Arrows uKnox Mutizwa ngemva kokuhlohla “umthwepha” webhola.

UMutizwa owaziwa kakhulu engumdlali owakhulela kuHighlanders uchumise ababukeli kulumdlalo lapho iGolden Arrows enqobe khona 2-0 kuMaritzburg United ngempelaviki.

UMthunywa uzwe eliqotho elokuthi lumdlali usekhomba ngophakathi kuqembu leGolden Arrows lapho afike wathola inhlalakahle nanko ubika ukuba akulanto ayiswelayo kuleliqembu.

UMutizwa wafika kubafana besithende ebolekwe kuqembu leBidvest Wits lona elalingafuni ukumdlalisa.

Ngokungena kuGolden Arrows, uMutizwa uhlohle mihla yonke.

Kungxoxo ayithumele kumaphephandaba kuliviki, uMutizwa uveze ukuba ufisa ukuthi ahlale kuGolden Arrows okwamampela.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds