Ingoma ngeyami Kelly: Yvonne Chaka Chaka

20 Feb, 2015 - 11:02 0 Views
Ingoma ngeyami Kelly: Yvonne Chaka Chaka

uMthunywa

UYvonne Chaka Chaka uthi ingoma kaKelly Khumalo eshisa izikhotha kulezi zinsuku, ethi-Asine, empeleni ngeyakhe.
Kodwa noma kunjalo izolo uYvonne uthe akalandaba lokuthi uKelly useyicula kakutsha ingoma eku-albhamu yakhe ayikhipha ngo-1997.

I-albhamu kaKelly u-Back To My Roots lapho okulengoma ethi Asine, idla ubhedu njalo ithengwa njengamatamatisi kulezinsuku emsakazweni lakumabonakude idlalwa idlaliwe ngangokuthi ibalwa nama-albhamu angu-20 enza kuhle kakhulu kulezinsuku. Ingoma yona yabhalwa nguChicco Twala.

IBack To My Roots ikhethwe kumaMetro FM Music Awards azoba se-ICC eThekwini mhlaka 28 Nhlolanja kuBest African Pop Album kanti i-Asine ikhethwe kuSong of the Year.

Ecacisa ngengoma uYvonne uthe ngesikhathi iku-albhamu yakhe iBombani eyaphuma ngo-1997 yayibizwa ngokuthi yiReya Lots’ha.

“Ngashayelwa ucingo ngumuntu othize engitshela ukuthi ngilalele ingoma ehlatshelwa nguKelly. Angibanga lendaba lakho. Yinto ejwayelekileyo ukuthi abantu bathathe izingoma bese bezicula ngendlela yabo. UDr Malinga wayithatha iVia Orlando kaMonwabisi Yekani wayenza ngendlela yakhe. UWhitney Houston wathatha ekaDolly Parton i-I Will Always Love You wayicula. Angiliboni iphutha lapho,” kutsho uYvonne.

I-Asine ikhuluma ngowesifazane osolwa ngokubulala umyeni wakhe bese elokhu echaza ukuthi akusiyena ombuleleyo.

UKelly akatholakalanga ngesikhathi ethintwa. Ucingo lwakhe belukhala lungabanjwa. Lemizamo yokuxhumana noChicco kayiphumelelanga. — ubulembu

Share This:

Sponsored Links