Uncategorized

INDABA EZIPHUTHUMAYO: Umdumo omkhulu eWhite City

23 Jun, 2018 - 16:06 0 Views
INDABA EZIPHUTHUMAYO: Umdumo omkhulu eWhite City

uMthunywa

YiNtatheli kaMthunywa

KUBE lokuqhuma okukhulu enkundleni yeWhite City koBulawayo uMongameli welizwe uKhmrd Emmerson Mnangagwa esanda kuqeda ukwethula inkulumo yakhe yomkhankaso.

UMongameli kubikwa uphephile kungozi le.

Isikhulumi sikaMongameli, uMnumzana George Charamba uthe uMongameli Mnangagwa kalimalanga njalo usendaweni ephephileyo.

“Kwenziwa uchwayisiso ngesehlakalo lesi njalo uzulu uzaziswa ngokunye okuvelayo ngokuya kwesikhathi. Sekuleminyaka phose emihlanu kulabantu abazama ukuthatha impilo kaMongameli welizwe,” kuchaza uMnu Charamba.

UMsekeli kaMongameli uConstantino Chiwenga laye kubikwa uphephile lanxa kulabantu abambalwa okubikwa belimele ngesikhathi kuqhuma.

Kulembiko engakaqinisekiswa eveza ukuba uMsekeli kaMongameli welizwe uKhomuredi Kembo Mohadi ulimele unyawo ekuqhumeni kwebhomu le. Kukanti uMphathintambo wogatsha Lwamanzi, Imvelo kanye loMumo womkhathi uOppah Muchinguri-Kashiri laye kukhanya ulimele. Ababili laba kubikwa basesibhedlela.

Ekuqhumeni lokhu kukhanya kulababona ngokuphepha kukamongameli abalimeleyo.

Lapho okudubuke ibhomu le kusiteji sabohlonitshwa akusavunyelwa muntu khepha kudingwa ubufakazi bokuthi kwenzakaleni.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds