Owama-Idols wesaba ukukhuluma ngecala

07 Dec, 2017 - 01:12 0 Views
Owama-Idols wesaba ukukhuluma ngecala UMthokozisi Ndaba

uMthunywa

YiNtatheli kaMthunywa
UMTHOKOZISI Ndaba ulovalo ngokuphawula ngecala akade ebhekane lalo lokutshaya owesifazane waseGoli okuthe izolo lasuswa phambi kwenkundla.

Linsizwa yaKwaMashu ezakhele igama iphuma isibili ohlelweni ama-Idols SA ivele ngoMvulo enkantolo kamantshi yaseHillbrow eGoli.

UMthokozisi ubotshwe ngoLwesine olwedlule ngemva kokuvulwa kwecala esiteshini saseHillbrow mhlaka 25 Lwezi.

Ekhuluma leSolezwe uMthokozisi uthe ngeke aphawule ngaloludaba njengoba engazi ukuthi abantu bazoyithatha kanjani indlela azizwa ngayo.

“Okwamanje ngeke ngiphawule ngendlela engizizwa ngayo. Ngizocela ukukuthumelela izinombolo zommeli wami ukuze ukhulume laye ngalo,” kutsho uMthokozisi.

Esitatimendeni asikhipha ngesonto eledlule ngemva kokuvela kwalezi zindaba uMthokozisi waveza ukuthi uzosebenzisana lamapholisa kuleli cala.

“Ngifuna umthetho usebenze futhi ngizimisele ukubambisana lawo. Yize ukuvela kwalezi zindaba kudicilele phansi isithunzi sami futhi kungalimaza lethuba engilalo emculweni kodwa ngizobambisana lamaphoyisa kukho konke akwenzayo,” kuchaza yena.

Owesifazane owavula icala ubesola uMthokozisi ngokumtshaya ngemva kokungaboni ngaso linye lomunye wesilisa owayehamba loMthokozisi.

Lesi senzo sikaMthokozisi sagxekwa njengoba kulomkhankaso wokulwa lokuhlukunyezwa kwabesifazane lezingane.

Kuze kwatshaya isikhathi sokushicilela uMthokozisi engayithumelile inombolo yommeli wakhe obezocacisa ngesinqumo senkantolo lokuthi kufinyelelwe kanjani kusona. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links