Uncategorized

Amaphilisi okuvikela iHIV emakolitshini

05 Oct, 2017 - 02:10 0 Views
Amaphilisi okuvikela iHIV emakolitshini

uMthunywa

SELIZOTHOLAKALA emanyuvesithi ezemfundo ephakemeyo iphilisi lokuvikela igcikwane lengculazi, iTruvada.

Lokhu kusanda kuvezwa ngababona ngenhlelo zokulwa lokusabalala kwegcikwane lengculazi emakolitshini emfundo ephakemeyo, iHigher Education and Training HIV/Aids Programme (HEAIDS).

Umqondisi we-HEAIDS, uDkt Ramneek Ahluwalia, uthe bazohlinzeka imitholampilo engu-11, ezikhungweni eziyisikhombisa ngephilisi lokuvikela igcikwane lengculazi. Ucwaningi lwakamuva lukhombise ukuthi iTruvada ingakwazi ukuvikela igcikwane lengculazi, leli philisi selisetshenziswa ohlelweni lwezempilo lokuvikela olwaziwa nge-Pre-exposure prophylaxis (PrEP).

“Iphilisi lokuvikela igcikwane lengculazi sekuwuhlelo olwamukelekile lokuvikela igcikwane lengculazi ezikhungweni zemfundo ephakeme zakuleli. Imiphumela yocwaningo olwahlukene oselwenziwe ngaleliphilisi seyikukhombisile ukuthi lingavikela ngo-90% kubantu abasengcupheni kakhulu okubalwa kubo abadayisa ngomzimba, abesilisa abalala labanye abantu besilisa. Abantu besifazane abasebancane abaleminyaka ephakathi kwengu-15 le-24 labo bangabanye balabo abasengozini ikakhulu njengoba babuye bazithole beya ocansini labantu ngoba kukhona abazokuthola — lokhu kubenza abantu abafanele ukuthola le mishanguzo,” kutsho uDkt Ahluwalia.

Uthe uphiko lwabo luzosebenzisana loMnyango wezeMpilo ukuhlinzeka leli philisi emanyuvesithi. Kusuka kuleli sonto leli philisi lizobe selikhona emanyuvesithi okubalwa kuwo i-University of Zululand, Nelson Mandela University, Rhodes University, University of Limpopo, University of the Free State, University of Venda, leVaal University of Technology.

Isikhungo sezempilo iCentre for Disease Control singesinye ezikhuthaza ukuthi lihlinzekwe leli philisi ngenxa yokuthi likhombise ithemba ekuvikeleni igcikwane lengculazi. Kwabasebenzisa izidakamizwa ezingena egazini ngomjovo, iTruvada yakhombisa ukuthi ingabavikela ngo-70% abantu abasebenzisa lolu hlobo lwezidakamizwa ekutheni bangalitholi igcikwane lengculazi.

“IPrEP ingakwazi ukuvikela izinkulungwane zabantu abatsha baseNingizimu Afrika kugcikwane lengculazi kodwa lokhu kungenzeka uma isetshenziswa ngendlela, njalo ngokuthembeka. Yingakho sisebenzisana lezikhungo zemfundo ephakeme, uMnyango wezeMpilo lezibhedlela ukuqinisekisa ukuthi abafundi bathola lonke ulwazi olwenele ngokuthi iPrEP isebenza kanjani nokuthi yini edingekayo ukuze isebenze ngokufanelekile,” kutsho uDkt Ahluwalia.

Uqhube wathi kubalulekile ukuthi abafundi basebenzise izindlela ezahlukeneyo zokuvikela igcikwane lengculazi okubalwa kuzo lamakhondomu. Uthe iPrEP ayivikeli igciwane lengculazi ngo-100% – ayilona iphilisi elinomlingo.

“Njengemishanguzo esetshenziswa ukuthithibalisa igcikwane, ama-antiretrovirals (ARVs) kufanele leli philisi lisetshenziswe njalo ukuze lisebenze kanti futhi lilezinkinga eliza lazo. Sizosebenzisa iTruvada ohlelweni lwethu lwe-PrEP.”

Imiphumela yocwaningo oselwenziwe ngaleli philisi ikhombisa ukuthi lingadala izinkinga okubalwa kuzo ukucikizela kwenhliziyo, ukukhathala lokunye.

Iphinde yaveza ukuthi abesilisa abalala labanye abantu besilisa ababethatha ngendlela iTruvada babesethubeni eliphindiweyo lokungalitholi gcikwane lengculazi.

Khonamanjalo inhlangano ehlinzeka usizo lwezempilo, iRight to Care izohlinzeka abantu besilisa abaya emacansini labanye abantu besilisa ngemishanguzo yokuvikela igcikwane lengculazi. Lolu hlelo luzoba ezindaweni ezikhethekile eGauteng naseWestern Cape.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds