Isandiso siyaqhutshwa

27 Apr, 2017 - 00:04 0 Views

uMthunywa

Izakhi ezithile zesandiso
Ngendlela incezu zenkulumo ezihlelwe ngayo akwenzakali ukuthi utshiye ezinye incezu zingachasiswanga. Kuviki ephelileyo siphethe isifundo sethu ngokukhangela ezinye izandiso esingathi ngezemvelo ngoba zivele zikhona zingakhiwa kwezinye incezu zenkulumo. Khumbula mfundi ukuthi siphile izibonelo ezinjengalezi: phambili, ezanzi, enhla, phakathi, eduze, kude njalonjalo.

Lamhla sizanika izibonelo zezandiso zesimo. Lezi zakhiwa ngokuqalisa ngo-ka-. Izibonelo:

Isiphawulo Isandiso

-bili    kabili
-khulu    kakhulu
-ne    kane
-nengi     kanengi
-hle    kahle
-ncane    kancane

Isibaluli     Isandiso

-mhlophe     kamhlophe
-lukhuni     kalukhuni
-mnandi     kamnandi
-nzima    kanzima

Nanzi izakhi ezithile zesandiso

Izakhi ezilandelayo singazisebenzisa lezinye incezu zenkulumo ukwakha izandiso:

1. NGA: (a) nga + ibizo: nga + imota – ngemota.

(b) nga + isabizwana : nga +  bona – ngabo
(c) nga + isandiso: nga + kibo – ngakibo
(d) nga + isichasiso: nga + abahle – ngabahle
(e) nga + ebomvu: nga + ebomvu – ngebomvu

2. Njenga: (a) njenga + ibizo: njenga + indwangu – njengendwangu

(b) njenga + isabizwana: njenga + wena – njengawe
(c) njenga + isandiso: njenga + ekhaya – njengekhaya

3. LA: (a) la + ibizo: la + abantu – labantu

(b) la + isabizwana: la + yona – layo
(c) la + isandiso: la + phakade – laphakade

Asikhumbuleni bafundi ukuthi ingxenye zolimi lezi zifundeka ngcono nxa zisetshenziswe emitshweni eqondileyo njengalokho esizakutshengisa kunsuku ezizayo.

Share This:

Sponsored Links